Judges 13:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Owesifazane washesha, wagijima, wayitshela indoda yakhe, wathi kuyo: “Bheka, ubonakele kimi lowo muntu owafika kimi ngolunye usuku.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Owesifazane wagijima ngokushesha watshela indoda yakhe, wathi: “Umuntu owabonakala kimi ngaleliya langa ubonakele futhi kimi.”