Judges 19:7 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha lowo muntu wasukuma nokho ukuba ahambe; wayesemncengisisa umukhwe wakhe, wabuye walala khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lapho indoda ivuka ngakusasa ukuba ihambe, umukhwe wayo waqhubeka eyincenga, yalala futhi lapho.