Judges 20:44 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwawa abantu bakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babe ngamaqhawe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwafa abayizi-18 000 bakwaBhenjamini, bonke kwakungamaqhawe anesibindi.