Judges 6:28 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho abantu bomuzi bevuka ekuseni kakhulu, bheka, i-altare likaBali lase libhidliziwe, no-Ashera* owayengakulo wayegawuliwe, nenkunzi yesibili yayinikelwe phezu kwe-altare elalakhiwe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lapho bevuka ngakusasa ekuseni abantu bomuzi, i-althare likaBhali libhidliziwe, nensika engcwele eseduze kwalo igawuliwe, nenkunzi yesibili inikelwe phezu kwe-althare elalakhiwe.