Judges 6:31 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJowashi wathi kubo bonke ababemi ngakuye: “Niyakumlwela uBali, nimsindise yena, na? Oyakumlwela uBali, makabulawe kusasa ekuseni; uma engunkulunkulu, makazilwele yena, lokhu kukhona olibhidlizile i-altare lakhe.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kodwa uJowashi wathi kubo bonke ababemi bebhekene naye: “Niyakulwela uBhali, na? Nizama ukumsindisa, na? Oyakumlwela uBhali makabulawe ekuseni. Uma engunkulunkulu makazilwele yena, ngoba yi-althare lakhe elibhidliziwe.”