Judges 8:24 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UGideyoni wathi kubo: “Mangicele okuthile kini ukuba ninginike, kube yilowo nalowo amacici empango yakhe.” Babenamacici egolide, lokhu bebengabakwa-Ishmayeli.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wayesethi uGideyoni kubo: “Ngiyacela kini, makube yilowo nalowo anginike icici kulawo eniwaphangile.” Isitha besinamacici egolide ngokuba bekungesakwa-Ishmayeli.