Judges 9:16 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Ngalokho uma nenzile ngeqiniso nangobuqotho lapho nimbeka u-Abimeleki inkosi, uma nimphathile kahle uJerubali* nendlu yakhe, nenza kuye njengokufanele izandla zakhe
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Ngakho-ke uma nikwenze lokhu ngezinhliziyo ezinhle, nangokuhlonipha, lapho nibeka u-Abhimeleki abe yinkosi, futhi namphatha kahle uJerubhali nabendlu yakhe, nenza kuye njengoba kufanele ngenxa yezenzo zakhe,