Leviticus 11:34 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Konke ukudla okudliwayo okukuzo, afika kukho futhi amanzi anjalo, kuyakuba ngokungcolile, nakho konke okuphuzwayo kuzo izitsha ezinjalo kuyakuba ngokungcolile.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Konke ukudla okuzodliwa okukuzo kuyakuba ngokungcolileyo uma kuthintwe ngamanzi avela esitsheni esinjalo, nanoma yimaphi amanzi anokuphuzwa ayoba ngangcolileyo, uma evela esitsheni esinjalo.