Leviticus 13:28 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Uma ibala elikhanyayo limi endaweni yalo, lingandi esikhumbeni, kodwa lifiphele, kuyidunguza lesibazi; umpristi makasho athi uhlambulukile, ngokuba kuyisibanda sesibazi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma ibala elikhanyayo limi endaweni eyodwa, lingandanga esikhumbeni, kodwa lishabalele, kusele iguludla lesibazi; umphristi uyakusho ukuthi uhlambulukile, ngoba yisibazi sokusha.