Leviticus 13:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
umpristi abheke; uma utwayi lwandile esikhumbeni, bheka, khona umpristi uyakusho athi ungcolile; kuluchoko.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Umphristi uyakumbheka; uma ebona ukuthi utwayi lwandile esikhumbeni, uyakumemezela ukuthi ungcolile; kusho ukuthi unesifo sesikhumba esithathelanwayo.