Leviticus 15:25 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“ ‘Uma owesifazane ecucuza igazi lakhe izinsuku eziningi, zingabi ngezokungcola kwakhe, noma ecucuza kudlula isikhathi sokungcola kwakhe, zonke izinsuku zokucucuza kokungcola kwakhe uyakuba njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; ungcolile.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“ ‘Uma owesifazane emfimfa igazi izinsuku eziningi, hhayi ngesikhathi sokungcola kwakhe, noma emfimfa kwedlule esikhathini sokungcola kwakhe, ngazo zonke izinsuku zokumfimfa uyohlala engongcolile njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; uyakuba ngongcolileyo.