Leviticus 15:3 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lokhu kuyakuba ngukungcola kwakhe ngokucucuza kwakhe: noma umzimba wakhe ucucuza, noma umzimba wakhe uvimbekile ekucucuzeni kwakhe, kungukungcola kwakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lokho kungcola kudalwa ngukumfimfa kwakhe: noma ngabe umzimba wakhe umfimfa, noma sekunqamukile ukumfimfa, kuyakuba ngukungcola kwakhe.