Leviticus 18:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“ ‘Ungambuli ubunqunu bendodakazi yendodana yakho noma obendodakazi yendodakazi yakho; awuyikwambula ubunqunu babo, ngokuba obabo bungubunqunu bakho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“ ‘Awuyukubembula ubunqunu bendodakazi yendodana yakho, noma bendodakazi yendodakazi yakho, ngokuba ubunqunu babo bungubunqunu bakho.