Leviticus 18:17 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“ ‘Ungambuli ubunqunu bowesifazane kanye nobendodakazi yakhe; ungathathi indodakazi yendodana yakhe, noma indodakazi yendodakazi yakhe ukwambula ubunqunu bayo, ngokuba bayizihlobo; kungukonakala.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“ ‘Awuyukubembula ubunqunu bowesifazane nobendodakazi yakhe; awuyukuthatha indodakazi yendodana yakhe, noma indodakazi yendodakazi yakhe awuyukwembula ubunqunu bayo, ngokuba bayizihlobo; kungukonakala lokho.