Leviticus 20:22 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“ ‘Ngalokho anogcina zonke izimiso zami, nazo zonke izahlulelo zami, nizenze ukuba izwe lapho nginiyisa khona ukuba nihlale kulo linganihlanzi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“ ‘Ngakho-ke niyogcina zonke izimiso zami, nazo zonke izehlulelo zami nizenze, ukuze izwe enginiyisa kulo ukuba nihlale kulo linganiphalazi.