Leviticus 25:4 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha ngomnyaka wesikhombisa kuyakuba khona isabatha lokuphumula okuzothileyo kwezwe, isabatha kuye uJehova; awuyikulima insimu yakho, ungatheni isivini sakho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kodwa ngonyaka wesikhombisa kuyakuba khona isabatha lokuphumula kwezwe, isabatha kuSimakade. Awuyukulima insimu yakho, futhi awuyukusithena nesivini sakho.