Leviticus 25:46 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Niyakubenza ifa labantwana benu emva kwenu ukuba babe yifa labo; niyakuthatha kubo izigqila zenu kuze kube phakade; kepha aniyikubusa kalukhuni phezu kwabafowenu, abantwana bakwa-Israyeli, omunye phezu komunye.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Niyakuzishiyela amadodana enu zibe yifa lawo kuze kube phakade. Kepha makungabi bikho muntu oyophatha ngesihluku umfowabo kubantu bakwa-Israyeli.