Leviticus 25:55 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bayizinceku kimi; bayizinceku zami engazikhipha ezweni laseGibithe; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abantu bakwa-Israyeli bayizinceku, izinceku zami engazikhipha eGibhithe; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.