Luke 1:66 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
nabo bonke abazizwayo bazigcina ezinhliziyweni zabo, bethi: “Kodwa lo mntwana uyakuba yini na?” Isandla seNkosi sasinaye.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
nabo bonke abazizwayo bazigcina ezinhliziyweni zabo, bethi: “Ingabe uyakuba yini lo mntwana na?” Ngokuba impela isandla seNkosi sinaye.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Bonke abazizwayo bakubeka ezinhliziyweni zabo, bethi: “Lo mntwana uyakuba yini na? Futhi isandla sikaJehova sasinaye.