Luke 11:29 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sekubuthana kuye izixuku, waqala ukukhuluma, wathi: “Lesi sizukulwane siyisizukulwane esibi; sifuna isibonakaliso, kepha asiyikunikwa sibonakaliso, kuphela isibonakaliso sikaJona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngesikhathi isixuku sikhula, waqala ukukhuluma, wathi: “Lesi sizukulwane siyisizukulwane esibi, sifuna isibonakaliso, kodwa asiyukunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi sesibuthene izixuku, waqala ukuthi: “Lesi sizukulwane esibi, sifuna isibonakaliso; futhi kasiyikunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona umprofethi.