Luke 11:33 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Akakho othi esokhela isibani, asibeke esitha nangaphansi kwesitsha, kepha usifaka othini ukuba abangenayo babone ukukhanya.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Akukho muntu othi angokhela isibani asibeke ekusithekeni, phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze abangenayo babone ukukhanya.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Akakho othi esokhela isibani, asibeke endaweni ekusithekileyo, noma ngaphansi kwesitsha, kodwa usibeka othini lwesibani, ukuze abangenayo babone ukukhanya.