Luke 11:36 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Njalo-ke uma umzimba wakho wonke ungukukhanya ungenandawo emnyama, uyakukhanya wonke njengesibani sikukhanyisa ngokukhanya kwaso.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma umzimba wakho wonke ungukukhanya, kungekho cashaza elimnyama, uyakukhanya wonke njengesibani sikukhanyisa ngokukhanya kwaso.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho uma umzimba wakho wonke ugcwele ukukhanya, ungenandawo emnyama, uyakuba nokukhanya wonke, njengalapho ukukhanya kwesibani sikukhanyisela.