Luke 11:47 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Maye kinina, ngokuba niyawakha amathuna abaprofethi, kanti oyihlo bababulala!
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Maye, kini, ngokuba nakha amatshe amahle emathuneni abaphrofethi ababulawa ngokhokho benu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Maye kini! ngokuba nakha amathuna abaprofethi, kepha oyihlo bababulala.