Luke 12:51 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Nithi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni na? Ngithi kini: Qha, kepha kakhulu ukwahlukana.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Nicabanga ukuthi ngilethe ukuthula emhlabeni na? Phinde! Kepha ngithi kini: ngilethe ukwehlukana.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nithi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni na? Ngithi kini, Cha; kodwa kunalokho ukwahlukana.