Luke 12:7 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Maningesabi; nidlula imizwilili eminingi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Phela ngisho izinwele ezisekhanda lakho uyazazi, zonke uzibalile. Ningesabi, ngokuba nina niyayedlula imizwilili.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Ngakho-ke ningesabi: nina nibaluleke kunondlunkulu abaningi.