Luke 14:18 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Kepha bonke baqala ukuzilandulela ngazwi linye; owokuqala wathi kuye: ‘Ngithengile insimu, kuswelekile ukuba ngiye ngiyibone; ngiyakuncenga, mawungilandulele.’
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Kepha bonke ngothi lwabo, baqala ukuzilandulela, bebeka izaba; owokuqala wathi kuye: ‘Ngithenge insimu, kudingekile ukuba ngihambe ngiyoyibona; ngiyakucela, ngixolisele impela.’
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Basebeqala ukuzilandulela bonke nganhliziyonye. Owokuqala wathi kuye: Ngithenge isiqephu sensimu, ngimelwe ukuyosibona;