Luke 14:35 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Akasafanele namhlabathi namquba; uyalahlwa nje phandle; onezidlebe zokuzwa makezwe.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Awusakufanele ngisho ukusetshenziswa emhlabathini nasemqubeni, kepha ukuba ulahlwe ngaphandle. Onezindlebe zokuzwa makezwe.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Awuwulungele umhlabathi, noma umquba; kodwa abantu bayawukhipha. Onezindlebe zokuzwa makezwe.