Luke 16:1 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesekhuluma nakubafundi bakhe, ethi: “Kwakukhona umuntu othile oyisicebi, owayenomphathi; yena wamangalelwa kuye ngokuthi uchitha impahla yakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu wayesekhuluma futhi kubafundi bakhe, ethi: “Kwakukhona umuntu othile oyisicebi, owayenenduna; yamangalelwa kuye ngokuthi isaphaza impahla yakhe.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wayesethi nakubafundi bakhe: “Kwakukhona umuntu othile onothileyo owayenomphathi; yona yabekwa icala lokuthi ichithe impahla yayo.