Luke 16:26 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Nangaphezu kwakho konke lokho kubekiwe umhosha omkhulu phakathi kwethu nani ukuba abafuna ukusuka lapha baye kini bangekwenze, nabalapho bangaweleli kithi.’
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngaphezu kwakho konke lokho, kubekiwe umhosha omkhulu phakathi kwethu nani, ukuze abafuna ukusuka lapha baye kini bangaphumeleli; kanjalo nabalapho, bangaweleli kithi.’
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Futhi phezu kwakho konke lokhu phakathi kwethu lani kubekiwe umhosha omkhulu, ukuze abafuna ukuwela besuka lapha besiya kini bangabi; futhi abanakuwelela kithi abafuna ukuvela khona.