Luke 17:8 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kodwa akayikusho kuyo ukuthi: ‘Lungisa engizakukudla, uzibophe, ungiphakele, ngize ngidle, ngiphuze, andukuba udle, uphuze wena,’ na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kunalokho akayukusho yini kuyo, athi: ‘Faka iphinifa lakho, ungilungisele engizokudla, ngidle, ngiphuze, andukuba wena udle, uphuze’ na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Futhi kayikutsho kuye ukuthi: Lungisa engizakudla ngakho, ubhince, ungikhonze, ngize ngidle, ngidathe; andukuba udle, uphuze na?