Luke 18:15 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Baletha kuye nabantwanyana ukuba abaphathe; kepha abafundi bekubona babakhuza.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Baletha futhi kuJesu abantwana ukuba abaphathe; kodwa abafundi bekubona lokho, babakhuza.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Baletha kuye nabantwana abancane ukuba abathinte; kepha abafundi sebekubona babakhuza.