Luke 19:11 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuthe ukuba bakuzwe lokho, weleka walandisa umfanekiso, ngokuba ebeseduze neJerusalema nangokuba bebethi umbuso kaNkulunkulu uzakubonakala masinyane.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuthe abantu besalalele lokho, uJesu waqhubeka wabalandisa umzekeliso, ngokuba wayeseduze neJerusalema, nangokuba babethi umbuso kaNkulunkulu uzakubonakala masinyane.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi bekuzwa lokho, wanezela, wakhuluma umfanekiso, ngokuba wayeseduze neJerusalema, nangokuba babethi umbuso kaNkulunkulu uzakuvela masinyane.