Luke 19:15 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Kwathi esebuyile ekuthatheni umbuso, wathi azibizelwe kuye lezo zinceku abezinike imali ukuba azi ukuthi yileyo naleyo izuzeni ngokuhweba.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Kwathi esebuyile ekuthatheni umbuso, wazibiza lezo zinceku ayezinike imali ukuze ezwe ukuthi zizuzeni ngokuhweba.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi esebuyile esewamukele umbuso, wayala ukuba kubizelwe kuye lezo zinceku abezinike imali, ukuze azi ukuthi yilowo nalowo ube zuzile kangakanani ngokuhweba.