Luke 19:5 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Esefikile uJesu kuleyo ndawo wabheka phezulu, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle, ngokuba namuhla ngimelwe ukuhlala endlini yakho.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu esefikile kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle, ngokuba namuhla kufanele ngingenise endlini yakho.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi uJesu efika kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wayibona, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle; ngoba lamuhla ngimele ukuhlala endlini yakho.