Luke 20:10 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngenkathi efaneleyo wayesethumela inceku kubalimi ukuba bamnike ezithelweni zesivini; kepha abalimi bayishaya, bayimukisa ze.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngesikhathi sokuvuna wathumela inceku kubalimi, ukuba bamnike ezithelweni zesivini. Kepha abalimi bayishaya, bayibuyisela emuva ilambatha.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngesikhathi esifaneleyo wathuma inceku kubalimi, ukuthi bamnike ezithelweni zesivini; kodwa abalimi bayitshaya, bayimukisa ze.