Luke 20:36 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngokuba bangebuye bafe, banjengezingelosi; bangabantwana bakaNkulunkulu bengabantwana bokuvuka.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kabasafi kodwa bafana nezingelosi; njengalokhu bengabantwana bakaNkulunkulu, bangabantwana bokuvuka.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
futhi kabasayikufa, ngoba banjengezingilosi; futhi bangabantwana bakaNkulunkulu, bengabantwana bokuvuka.