Luke 20:37 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha ukuthi bayavuswa abafileyo, noMose wakubonakalisa esihlahleni, lapho eyibiza iNkosi ngokuthi uNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha lokhu ukuthi bayakuvuswa abafileyo, ngisho noMose wakuveza obala esihlahleni esivuthayo, lapho ebiza iNkosi ngokuthi, nguNkulunkulu ka-Abhrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kepha ukuthi abafileyo bayavuswa, noMose wakubonakalisa esihlahleni, lapho eyibiza iNkosi ngokuthi uNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe.