Luke 20:9 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayeseqala ukulandisa lo mfanekiso, ethi kubantu: “Umuntu watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe isikhathi eside.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Waqala ukulandisa abantu lo mzekeliso, wathi: “Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, wayesehamba isikhathi eside.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Waseqala ukukhuluma ebantwini lumfanekiso; Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya ezweni elikude isikhathi eside.