Luke 21:4 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba bonke laba babeka eminikelweni kokuchichimileyo kwabo, kepha yena ebumpofini bakhe ubeke konke abephila ngakho.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba bonke laba abanye bafake emnikelweni bethatha kokuningi; kodwa yena ekuntuleni kwakhe, ukhiphe konke abephila ngakho.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba bonke laba baphosele eminikelweni kaNkulunkulu kokuchichima kwabo, kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abephila ngakho.