Luke 22:24 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwavela nokuphikisana phakathi kwabo kokuthi ngumuphi kubo ongathiwa omkhulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwaqubuka nempikiswano yokuthi ngubani phakathi kwabo okungathiwa mkhulu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwase kuba khona nokuphikisana phakathi kwabo kokuthi ngubani kubo ongathiwa mkhulu.