Luke 22:36 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesethi kubo: “Kepha manje onesikhwama kasithathe, neyika futhi; oswelayo kathengise ngengubo yakhe, athenge inkemba.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wayesethi kubo: “Kepha manje onesikhwama semali makasithathe, kanjalo nonesokwethekela; ongenankemba makathengise ngengubo yakhe, ayithenge inkemba.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wasesithi kubo: Kodwa khathesi lowo olomxhaka kawuthathe, njalo lesikhwama sakhe;