Luke 22:59 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sekudlulile okungathi ihora linye, omunye umuntu waqinisa wathi: “Impela nalona ube naye, ngokuba futhi ungowaseGalile.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sekwedlule isikhathi esingaba yihora, omunye umuntu othile wagcizelela, wathi: “Impela lo ubenaye, ngokuba futhi ungowaseGalile.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi emva kwehora elilodwa omunye waqinisa, wathi: “Nempela nalo ube naye, ngokuba ungowaseGalile.