Luke 24:21 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Thina-ke besethemba ukuthi nguye ozakuhlenga u-Israyeli; kodwa phezu kwalokho konke sekulusuku lwesithathu lezo zinto zenzekile.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Thina-ke besethembile ukuthi nguye ozakuhlenga u-Israyeli. Kepha sekuwusuku lwesithathu zenzekile zonke lezi zinto.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kepha besethemba ukuthi nguye obezakuhlenga u-Israyeli; futhi phezu kwakho konke lokho sekulusuku lwesithathu lezo zinto zenzekile.