Luke 24:35 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Base belanda nabo okwenzekileyo endleleni, nokuthi yaziwa kanjani yibo ekuhlephuleni isinkwa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Base nabo bebalandisa ngokwakwenzeke endleleni, nokuthi bayazi kanjani ukuthi yiyo iNkosi, ngokuhlephula isinkwa.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Base belandisa okwenzekileyo endleleni, nokuthi waziwa kanjani kubo ekuhlephuleni isinkwa.