Luke 4:27 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwakukhona futhi kwa-Israyeli abanochoko abaningi ngesikhathi sika-Elisha umprofethi; kepha akuhlanjululwanga namunye kubo, kuphela uNayimani umSiriya.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwakukhona abaningi ababenochoko kwa-Israyeli ngesikhathi sika-Elisha, umphrofethi, kodwa akukho namunye kubo owahlanjululwa, kuphela uNayimani, umSiriya.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwakukhona abanochoko abaningi kwa-Israyeli ngesikhathi sika-Elisha umprofethi; kepha akuhlanjululwanga namunye kubo, kuphela uNahamani umAramu.