Luke 5:15 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwayilapho ukukhuluma ngaye kwanda kakhulu. Zabuthana izixuku eziningi ukuzwa nokuphulukiswa ezifweni zazo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha imibiko ngaye yasabalala kakhulu. Izixuku eziningi zaba naye ukuze zilalele, futhi ziphulukiswe ezifweni zazo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa kwayikhona udumo lwakhe lwanda, kwabuthana izixuku ukuzolalela nokuphulukiswa nguye ezifweni zazo.