Luke 5:19 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Engafumani ukuthi angamngenisa kanjani ngenxa yesixuku akhwela phezu kwendlu, amehlisa ophahleni kanye nohlaka ngaphakathi phambi kukaJesu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha lapho engayitholi indlela yokumngenisa ngenxa yesixuku, agibela ophahleni lwendlu, aluqaqa, amehlisela phansi ngohlaka phambi kukaJesu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kuthe bengafumani indlela yokumngenisa ngenxa yesixuku, bakhwela phezu kwendlu, bamehlisa othayela ngohlaka, bamehlisa phakathi phambi kukaJesu.