Luke 6:9 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini, ukusindisa umuntu noma ukumbulala, na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe yini ukwenza okuhle noma okubi ngesabatha, ukusindisa noma ukubulala na?”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJesu wasesithi kubo: Ngizalibuza ilizwi libe linye; Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi na? ukusindisa ukuphila, noma ukukubhubhisa?