Luke 7:19 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJohane wayesebiza ababili kubafundi bakhe, wabathumela eNkosini, wathi: “Wena unguye ozayo, noma sobheka omunye na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
wabathumela eNkosini, wathi: “Unguye yini ozayo, noma silindele omunye na?”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJohane esebizele kuye ababili kubafundi bakhe, wabathuma kuJesu ukuthi: “Wena unguye ozayo na? noma sifuna omunye?