Luke 7:24 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sezimukile izithunywa zikaJohane, yaqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, ithi: “Naphuma naya ehlane ukuyobonani na? Umhlanga ontengantengiswa ngumoya na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuthe sezihambile izithunywa zikaJohane, waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, ethi: “Naphuma naya ehlane ukuyobonani na? Umhlanga ontengantengiswa ngumoya na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Zathi sezimukile izithunywa zikaJohane, waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphumela ukuyobonani ehlane na? Umhlanga unyakaziswa ngumoya na?